14 Mashi, 2018

"Indaba kaXiaozhen" (5) - Impilo kwi-Ballroom | Musical Drama


Isingeniso


Esephila kwimaskhi uXiaozhen kancane kancane wadliwa wagwinywa yileli zwe. Walahlekelwa isithunzi sakhe phakathi kwezindlela ezimbi zaleli zwe elikhohlakele…

Unyazi LwaseMpumalangaIBandla likaNkulunkulu uSomandla lasungulwa ngenxa yokuvela nomsebenzi kaNkulunkulu uSomandla, ukubuya kwesibili kweNkosi uJesuuKristu wezinsuku zokugcina. Lasungulwa ngokuphelele nguNkulunkulu uSomandla ngokwakhe, nakanjani alisungulwanga umuntu. Namuhla, amazwi kaNkulunkulu uSomandla, amavidiyo evangeli,amahubo endumiso nokunye sekusabalele umhlaba wonke kwinethiwekhi. Izimvu zikaNkulunkulu ziyalizwa iphimbo likaNkulunkulu. Uma uhlala ufunda amazwi kaNkulunkulu uSomandla, uzobona ukuba uNkulunkulu usevelile!

Isitatimende esikhethekile: Ukukhiqizwa kwalevidiyo kwenziwe njengesiqephu esingangesi nzuzo seBandla likaNkulunkulu uSomandla.

Abalingisi abavela kulomukhiqizo basebenza ngaphansi kohlelo lokungenisa inzuzo, kanti futhi abakhokhelwanga noma ingayiphi indlela. Le vidiyo akumele isakazelwe inzuzo kunoma iyiphi inhlangano yyesithathu, futhi siyathemba ukuthi wonke umuntu uzokwabela abanye ayisakaze ngokuvulelekile. Uma uyisakaza, sicela udalule umthombo wayo. Ngaphandle kwemvume yeBandla likaNkulunkulu uSomandla, akukho nhlangano, namaqembu omphakathi noma umuntu ongalimaza noma ashitshe okuqukethwe kule vidiyo.

Awekho amazwana:

Thumela amazwana