19 Septhemba, 2018
Zulu Gospel Video - "Ubani INkosi Yami" - Ingabe YiBhayibheli INkosi, Noma UNkulunkulu? (Iziqeshana)
Isingeniso
ULiu Zhizhong ungumzwalane omdala wendlu yebandla lasendaweni eShayina. Usebeyikholwa ngaphezulu kweminyaka engamashumi amathathu, futhi ubesolokhu egcizelela ukuthi “iBhayibheli liphefumulelwe nguNkulunkulu,” “iBhayibheli limele uNkulunkulu, ukukholelwa kuNkulunkulu wukukholelwa eBhayibhelini, ukukholelwa eBhayibhelini wukukholelwa kuNkulunkulu.” Enhliziyweni yakhe, iBhayibheli libaluleke kakhulu. Ngenxa yothando lwakhe nokholo lokuthathwa yiBhayibheli, akakaze afune noma abheke kumsebenzi wezinsuku zokugcina kaNkulunkulu uSomandla. Kwaze kwathi ngelinye ilanga, lapho avimba amakholwa ukuba afunde amazwi kaNkulunkulu uSomandla kwi-Inthanethi, engazelele wahlangana nomshumayeli ovela eBandleni likaNkulunkulu uSomandla. Emva kwezinkulumo-mpikiswano ezinzima mayelana neqiniso, ekugcineni wakwazi ukubona ubudlelwane phakathi kweBhayibheli noNkulunkulu ngokucacile? Ngabe wakwazi ukuhlehla eBhayibhelini ukuze aqondisise ukuthi uKristu uyiqiniso, indlela kanye nokuphila? Ngabe uyakuhlwithelwa phambi kukaNkulunkulu?
Bhalisa ku:
Thumela amazwana (Atom)
-
Ngempela ngempela umthanda kangakanani uNkulunkulu namhlanje? Futhi kungakanani konke okwaziyo uNkulunkulu akwenzile kuwe? Lezi yizinto ...
-
Babusisiwe labo abafunde izwi Lami base bekholwa ukuthi lizofezeka—ngeke ngikuphathe kabi, kodwa ngiyokwenza lokho okholwa ukuthi kugcwali...
Awekho amazwana:
Thumela amazwana