UJohane wasebenzela uJesu iminyaka eyisikhombisa, futhi wayevele eseyilungisile indlela lapho uJesu efika. Ngaphambi kwalokhu, ivangeli lombuso wezulu elalishunyayelwa nguJohane lalizwakala kulo lonke izwe, okwenza lisabalale eJudiya, futhi bonke babembiza ngomprofethi.
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula iBhayibheli. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula iBhayibheli. Bonisa konke okuthunyelwe
24 Disemba, 2019
IV Amazwi Avelele NgeBhayibheli
14 Disemba, 2019
Izingxenye Eziyishumi Ezikhethwe Ezwini LikaNkulunkulu Ngesithi “Mayelana NeBhayibheli”
1. Eminyakeni eminingi, izindlela zomdabu zabantu zokukholwa (lezo zobuKristu, okungenye yezinkolo ezintathu ezinkulu emhlabeni) bekuwukufunda iBhayibheli; ukusuka eBhayibhelini akulona ukholo eNkosini, ukusuka eBhayibhelini kuyinkolelo-ze embi, kanye nokuhlubuka, futhi ngisho lapho abantu befunda ezinye izincwadi, isisekelo salezo zincwadi kufanele kube ukuchazwa kweBhayibheli.
19 Septhemba, 2018
Zulu Gospel Video - "Ubani INkosi Yami" - Ingabe YiBhayibheli INkosi, Noma UNkulunkulu? (Iziqeshana)
Isingeniso
ULiu Zhizhong ungumzwalane omdala wendlu yebandla lasendaweni eShayina. Usebeyikholwa ngaphezulu kweminyaka engamashumi amathathu, futhi ubesolokhu egcizelela ukuthi “iBhayibheli liphefumulelwe nguNkulunkulu,” “iBhayibheli limele
29 Agasti, 2018
55. Laba khona kanjani iBhayibheli? Liyinhloboni yencwadi iBhayibheli?
Impendulo Evela Ezwini LikaNkulunkulu:
Izinto ezibhalwe eTestamenteni Elidala zingumsebenzi kaJehova kwa-Israyeli, futhi lezo ezibhalwe eTestamenteni Elisha ngumsebenzi kaJesu ngeNkathi Yomusa; abhala ngomsebenzi owenziwe nguNkulunkulu ezinkathini ezimbili ezihlukene. ITestamente Elidala libhala ngomsebenzi owenziwa nguNkulunkulu ngeNkathi Yomthetho, ngakho iTestamente Elidala liyincwadi yomlando, lapho iTestamente Elisha liphethe umsebenzi weNkathi Yomusa. Lapho umsebenzi omusha uqala, lezi zincwadi zibe seziphelelwa isikhathi—ngakho iTestamente Elisha nalo liyincwadi yomlando. Kusobala ukuthi, iTestamente Elisha alihambisi ngomthetho njengeTestamente Elidala, futhi alibhali ngezinto eziningi kangako.

kwesithi “Mayelana neBhayibheli (1)” encwadini ethi Izwi Livela Lisenyameni
23 Agasti, 2018
9. Ingabe ukuba senyameni kukaNkulunkulu ukuze enze umsebenzi wokwahlulela kuletha kanjani isiphelo senkolo yesintu ngalo Nkulunkulu ongakacaci kahle kanye nenkathi yokumnyama yokubusa kukaSathane?
Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:
“Futhi kuyakuthi ngezinsuku zokugcina intaba yendlu yeNKOSI imiswe esiqongweni sezintaba, futhi iphakame ngaphezu kwamagquma; nezizwe zonke ziyakugobhozela khona.
“Futhi kuyakuthi ngezinsuku zokugcina intaba yendlu yeNKOSI imiswe esiqongweni sezintaba, futhi iphakame ngaphezu kwamagquma; nezizwe zonke ziyakugobhozela khona.
23 Juni, 2018
02 Januwari, 2018
Uzibheka Kanjani Izincwadi Eziyishumi Nantathu?
ITestamente Elisha leBhayibheli linezincwadi zikaPawulu eziyishumi nantathu. Lezi zincwadi eziyishumi nantathu zonke zabhalwa uPawulu ebhalela amabandla ayekholwa kuJesu Kristu ngesikhathi somsebenzi wakhe.
24 Disemba, 2017
Mayelana neBhayibheli (2)
IBhayibheli futhi libizwa ngokuthi iTestamente Elidala neTestamente Elisha. Niyazi ukuthi “itestamente” kuchaza ukuthini? “Itestamente” eTestamenteni Elidala livela esivumelwaneni sikaJehova kanye nabantu bakwa-Israyeli, ngesikhathi ebulala abantu baseGibhithe futhi wasindisa abakwa-Israyeli kuFaro.
18 Disemba, 2017
Ukubonakala KukaNkulunkulu Kulethe Inkathi Entsha
Uhlelo lokuphatha lukaNkulunkulu lweminyaka eyizinkulungwane eziyisithupha selufika emaphethelweni, futhi isango lombuso weZulu selivulelwe bonke abafuna ukubonakala kukaNkulunkulu. Bafowethu nodadewethu abathandekayo, nilindeni? Yini eniyifunayo?
29 Okthoba, 2017
Indlela Yokukhonza Ngokuvumelana Nentando KaNkulunkulu
Namuhla, ngizobe ngikhuluma ikakhulu ngendlela okumele abantu bakhonze ngayo uNkulunkulu, ekukholweni kwabo kuNkulunkulu, yimiphi imibandela okumele ifezwe kanye nokuthi yini ekumele iqondwe yilabo abakhonza uNkulunkulu, nokuthi yiziphi iziphambeko ezikhona ekukhonzeni kwakho. Kumele nikuqonde konke lokhu. Lezi zindaba zithinta indlela enikhonza uNkulunkulu ngayo, nendlela enihamba ngayo endleleni yokuqondiswa uMoya oNgcwele, kanye nendlela enithobela ngayo izinhlelo zikaNkulunkulu kuzo zonke izinto, futhi zizokwenza ukuba nazi wonke amagxathu omsebenzi kaNkulunkulu kini.
Bhalisa ku:
Okuthunyelwe (Atom)
-
I UNkulunkulu unikeze inkazimulo Yakhe ku-Israyeli wabe eseyisusa lapho, waletha abakwa-Israyeli eMpumalanga, futhi waletha bo...
-
Akuyona into elula ukuthi impilo ikhule; kudinga inqubo, futhi ngaphezu kwalokho, ukuba nikwazi ukukhokha inani futhi nibambisane Nami ngo...