Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Iqiniso. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Iqiniso. Bonisa konke okuthunyelwe

25 Juni, 2019

Isahluko 67

Amadodana Ami abonakala ngokusobala, futhi abonakala phambi kwabo bonke abantu. Ngizobasola kanzima bonke labo abalokotha bawedelele ngokusobala; lokho kuqinisekile.

19 Meyi, 2019

Isahluko 55

Isintu esivamile okukhulunywa ngaso asikho kakhulu ngaphezu kwemvelo njengoba abantu becabanga, kodwa siyakwazi ukunqoba izibopho zabo bonke abantu, izehlakalo, nezinto, sinqobe amandla endawo ezungezile, futhi siyakwazi ukusondela Kimi futhi sixhumane Nami kunoma iyiphi indawo kanye nokunoma yisiphi isimo.

17 Meyi, 2019

Isahluko 54

Ngazi ibandla ngalinye njengoba ngizazi. Ningacabangi ukuthi angicacelwa noma angiqondi. Ngiqonda futhi ngazi nangaphezulu bonke abantu abehlukahlukene ebandleni ngalinye. Ngizwa umuzwa ophuthumayo wokuthi kufanele ngikuqeqeshe.

15 Meyi, 2019

Isahluko 53

NgiyisiQalo, futhi ngiyisiPhetho. Ngingovusiwe nonguNkulunkulu oyedwa wangempela ophelele. Ngikhuluma amazwi Ami phambi kwenu, futhi kufanele nikukholwe ngokuqinile lokho engikushoyo. Kungedlula izulu nomhlaba kodwa alikho nelilodwa izwi noma owodwa umudwa walokho engikushoyo oyokwedlula.

16 Disemba, 2018

2. Yini umehluko phakathi kwendlela iNkosi uJesu asebenze ngayo Ngenkathi Yomusa kanye nendlela uNkulunkulu uSomandla asebenze ngayo Ngenkathi Yombuso?


Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:

Ngesikhathi sokuthatha Kwakhe isimo somuntu kokuqala, kwakudingeka ukuba uNkulunkulu aphulukise abagulayo futhi axoshe amadimoni ngoba umsebenzi Wakhe kwakungukuhlenga.

23 Novemba, 2018

Zulu Gospel Song “Uphawu Lwesimo SikaNkulunkulu” Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu


Zulu Gospel Song “Uphawu Lwesimo SikaNkulunkulu” Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu
I
Isimo sikaNkulunkulu sihlanganisa uthando Lwakhe nokududuza Kwakhe isintu,
sihlanganisa ukuzonda Kwakhe nokuqonda Kwakhe ngokugcwele isintu.
Isimo sikaNkulunkulu,
isimo sikaNkulunkulu siyinto uMbusi wazo zonke izinto eziphilayo
noma iNkosi yayo yonke indalo enayo.

20 Novemba, 2018

3. Igama likaNkulunkulu lingashintsha, kodwa umongo Wakhe awusoze washintsha


Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:

Kunalabo abathi uNkulunkulu akaguquki. Kuyiqiniso lokho, kodwa lokho kubhekiswe ekungaguqukini kwesimo sikaNkulunkulu nesiqu Sakhe.

18 Novemba, 2018

2. Yini umehluko phakathi kwezigaba zonke zomsebenzi kaNkulunkulu kanye negama Lakhe?


(1) Ukubaluleka kokuba uNkulunkulu ethatha igama likaJehova Ngenkathi Yomthetho

Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:

“UNkulunkulu wathi futhi kuMose, Uzakusho njalo kubantwana bakwa-Israyeli uthi, iNKOSI, uNkulunkulu wawoyihlo, uNkulunkulu ka-Abrahama, uNkulunkulu ka-Isaka, noNkulunkulu kaJakobe, ungithumile kini: yileli igama lami kuze kube phakade, futhi lesi yisikhumbuzo sami ezizukulwaneni zonke” (Eksodusi 3:15).

16 Novemba, 2018

13 Novemba, 2018

09 Novemba, 2018

4. Ukubaluleka kokwahlulela kukaNkulunkulu ezinsukwini zokugcina kungabonakala emiphumeleni efezwe ngumsebenzi kaNkulunkulu wokwahlulela ezinsukwini zokugcina


(1) Umsebenzi kaNkulunkulu wokwahlulela ezinsukwini zokugcina wenzelwa ukuhlanza, ukusindisa kanye nokuphelelisa umuntu, kanye nokwenza iqembu labanqobayo.

3. Ingabe umsebenzi kaNkulunkulu wokwahlulela ngesikhathi sezinsuku zokugcina uyahlanza futhi usindise isintu?


Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:

Futhi uma noma ngabe yimuphi umuntu ezwa amazwi ami, engawakholwa, angimahluleli: ngoba angizanga ukuzokwahlulela umhlaba, kodwa ukusindisa umhlaba. Lowo ongalayo, engawamukeli namazwi ami, ukhona ozomahlulela: izwi engilikhulumile, lona lizomehlulela ezinsukwini zokugcina” (Johane 12:47-48 ).

08 Novemba, 2018

2. Umsebenzi kaNkulunkulu wokwahlulela ezinsukwini zokugcina ukwahlulela kwesihlalo sobukhosi esikhulu esimhlophe, njengalokhu kuphrofethiwe eNcwadini YeSambulo


Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:

Ngoba sesifikile isikhathi sokuqala kwesahlulelo endlini kaNkulunkulu” (1 Petru 4:17).

Ngase ngibona isihlalo sobukhosi esikhulu esimhlophe nohlezi kuso, obuso bakhe babalekelwa yizulu nomhlaba; akutholelwanga indawo.

1. UNkulunkulu wahlenga isintu Enkathini Yomusa, pho kungani esadinga ukwenza umsebenzi Wakhe wokwahlulela ezinsukwini zokugcina?


Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:

ngakho uzoba ngcwele, ngoba Mina ngingcwele” (uLevitikusi 11:45).

“nobungcwele, ngaphandle kwakho akekho umuntu oyobona iNkosi” (Heb 12: 14).

Futhi uma noma ngabe yimuphi umuntu ezwa amazwi ami, engawakholwa, angimahluleli: ngoba angizanga ukuzokwahlulela umhlaba, kodwa ukusindisa umhlaba.

07 Novemba, 2018

48. Uma umsebenzi kaNkulunkulu uSomandla ezinsukwini zokugcina uyindlela yeqiniso, kungani abadala, abefundisi, nabapristi bebandla bengayamukeli?


Impendulo Evela Ezwini LikaNkulunkulu:

Niyafisa ukwazi umsuka wokuthi kungani abaFarisi babephikisana noJesu? Niyafisa ukwazi ubunjalo babaFarisi? Babegcwele imicabango ngoMesiya. Okungaphezulu, ukuthi babekholwa ukuthi uMesiya uyofika, kodwa abafunanga iqiniso lokuphila.

47. Uma uNyazi lwaseMpumalanga luyindlela yeqiniso, kungani uhulumeni we-CCP njalo ucindezela kanzima, ubopha, futhi ushushisa ngokumelene noNyazi lwaseMpumalanga?


Impendulo Evela Ezwini LikaNkulunkulu:

Izinkulungwane zeminyaka leli bekulokhu kuyizwe eligcwele ukungcola, lingcole ngokwedlulele, ligcwele usizi, izipokwe zigcwele zonke izinkalo, bayaphamba futhi bakhohlise, basola ngaphandle kwesizathu,[1] banonya futhi babi, bathuthumelisa izipokwe bazishiye nezidumbu; ukubola kumboze izwe kungcolisa nomoya, kuqashwe kakhulu.

06 Novemba, 2018

39. Ihlelo ngalinye phakathi komhlaba wenkolo likholwa ukuthi indlela yalo yindlela yeqiniso, ngakho umuntu angayehlukanisa kanjani indlela yeqiniso ezindleleni zamanga?


Impendulo Evela Ezwini LikaNkulunkulu:

Imuphi umyalo oyisisekelo ngempela ekufuneni indlela yeqiniso? Niyazi ukuthi ukhona yini umsebenzi kaMoya oNgcwele noma cha, nokuthi la mazwi ayiqiniso yini noma cha, ubani ongufakazi, nomphumela okungaba nawo kuwe.

38.Singaqiniseka kanjani ukuthi uNkulunkulu uSomandla unguJesu obuyile?


Impendulo Evela Ezwini LikaNkulunkulu:

Kuqala, ukwazi ukuvula isikhathi esisha; okwesibili, ukwazi ukuhlinzeka ngokuphila kumuntu futhi akhombise umuntu indlela okumele ayilandele. Lokhu kwanele ukuze kubonakale ukuthi UnguNkulunkulu Uqobo.

37. Umuntu uwehlukanisa kanjani umsebenzi kaNkulunkulu nomsebenzi womuntu?


Impendulo Evela Ezwini LikaNkulunkulu:

Umsebenzi kaNkulunkulu Uqobo ubandakanya umsebenzi wabo bonke abantu, futhi uphinde umele umsebenzi waso sonke isikhathi somlando. Lokhu kusho ukuthi, umsebenzi kaNkulunkulu uwodwa umela ukunyakaza nomsebenzi kaMoya oNgcwele, kuyilapho umsebenzi wabaphostoli ulandela umsebenzi kaNkulunkulu futhi awusiholi isikhathi somlando, noma akumeli umsebenzi oqhubekayo kaMoya oNgcwele kuso sonke isikhathi somlando.

05 Novemba, 2018