Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Amazwi KaNkulunkulu USomandla. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Amazwi KaNkulunkulu USomandla. Bonisa konke okuthunyelwe

06 Novemba, 2019

Isahluko 46


Lowo ozikhandla futhi azinikele ngobuqotho Kimi, nakanjani ngiyomvikela kuze kube sekugcineni; isandla Sami nakanjani siyokubamba ukuze uhlale unokuthula futhi uhlale uthokoza futhi nsuku zonke ube nokukhanya nesambulo Sami. Nakanjani ngiyophinda kabili izibusiso Zami phezu kwakho, ukuze ube nalokho enginakho futhi ube nalokho engiyikho. Lokho okunikezwe ngaphakathi kuwe ngukuphila kwakho, futhi akekho ongakuthatha kuwe. Ungaziletheli inkinga noma ube nokucindezeleka; ngaphakathi Kimi kukhona kuphela ukuthula nentokozo. Ngikuthanda ngempela, wena mntwana onginaka futhi ungilalele ngobuqotho. Labo engibazonda kakhulu ngabazenzisi futhi nakanjani ngiyobabhubhisa. Ngiyosusa noma yiliphi iphunga lomhlaba endlini Yami, futhi ngisuse zonke lezo zinto engingakwazi ukubekezelela ukuzibona.

31 Okthoba, 2019

Isahluko 47


Nkulunkulu uSomandla wokulunga—Onamandla Onke! Kuwe ngokuqinisekile akukho okufihliwe. Leyo naleyo mfihlakalo kusuka endulo kuze kube phakade, abantu abangakaze bayambule, Kuwe iyavezwa futhi icace ngokuphelele. Asisadingi ukufuna nokuphumputha, ngoba namuhla isiqu Sakho sivezwa obala kithina, uyimfihlakalo eyambuliwe, futhi unguNkulunkulu ophilayo uqobo Lwakhe, futhi okwanamuhla ubhekene nathi, futhi kithi ukubona isiqu Sakho ngukubona yonke imfihlakalo yendawo yokomoya.

15 Okthoba, 2019

Isahluko 49


Ukuze kube nokusebenza ngokuhambisana, umuntu kufanele axhume ngokufanele, nokuthi abe nomdlandla nokucaca. Ngaphezu kwalokho, kufanele abe nomfutho, amandla, futhi achichime ukuzethemba, ukuze abanye bahlinzekwe futhi basuthe.

30 Septhemba, 2019

Isahluko 118

Amazwi KaNkulunkulu

Lowo osukuma afakazele iNdodana Yami, ngiyomnika umusa; lowo ongasukumi afakazele iNdodana Yami, kodwa kunalokho omelana futhi osebenzisa imiqondo yomuntu ukuze enze ukulinganisa kwakhe, ngiyombhubhisa. Bonke kufanele babone ngokucacile! Ukufakazela iNdodana Yami kuyisenzo sokuhlonipha Mina futhi kwanelisa intando Yami. Ungahloniphi uBaba kuphela kodwa uqinele futhi ucindezele indodana.

26 Septhemba, 2019

Isahluko 119

Amazwi KaNkulunkulu,Iqiniso

Kufanele nonke niqonde izinhloso Zami, kufanele niqonde ukuma kwenhliziyo Yami. Manje yisikhathi sokulungiselela ukubuyela eSiyoni, anginamcabango wokunye ngaphandle kwalokhu. Ngethemba kuphela ukuthi ngingahlangana nani ngosuku oluthile maduze, futhi ngihlale nani yonke imizuzu nayo yonke imizuzwana eSiyoni.

29 Juni, 2019

Isahluko 68

Izwi Lami lenziwa kuwo wonke amazwe, izindawo, izizwe namahlelo, futhi izwi Lami liyagcwaliseka kulo lonke igumbi noma ngasiphi isikhathi. Izinhlekelele ezenzeka yonke indawo akuzona izimpi eziphakathi kwabantu, noma izimpi ngezikhali.

25 Juni, 2019

Isahluko 67

Amadodana Ami abonakala ngokusobala, futhi abonakala phambi kwabo bonke abantu. Ngizobasola kanzima bonke labo abalokotha bawedelele ngokusobala; lokho kuqinisekile.

21 Juni, 2019

Isahluko 66

Umsebenzi Wami uqhubekele esigabeni samanje futhi wonke ulandele amalungiselelo ahlakaniphile esandla Sami, kanye nangempumelelo enkulu Yami.

19 Meyi, 2019

Isahluko 55

Isintu esivamile okukhulunywa ngaso asikho kakhulu ngaphezu kwemvelo njengoba abantu becabanga, kodwa siyakwazi ukunqoba izibopho zabo bonke abantu, izehlakalo, nezinto, sinqobe amandla endawo ezungezile, futhi siyakwazi ukusondela Kimi futhi sixhumane Nami kunoma iyiphi indawo kanye nokunoma yisiphi isimo.

17 Meyi, 2019

Isahluko 54

Ngazi ibandla ngalinye njengoba ngizazi. Ningacabangi ukuthi angicacelwa noma angiqondi. Ngiqonda futhi ngazi nangaphezulu bonke abantu abehlukahlukene ebandleni ngalinye. Ngizwa umuzwa ophuthumayo wokuthi kufanele ngikuqeqeshe.

15 Meyi, 2019

Isahluko 53

NgiyisiQalo, futhi ngiyisiPhetho. Ngingovusiwe nonguNkulunkulu oyedwa wangempela ophelele. Ngikhuluma amazwi Ami phambi kwenu, futhi kufanele nikukholwe ngokuqinile lokho engikushoyo. Kungedlula izulu nomhlaba kodwa alikho nelilodwa izwi noma owodwa umudwa walokho engikushoyo oyokwedlula.

10 Okthoba, 2018

Isahluko 12

  Uma unesimo esingazinzile, esiguquguquka njengomoya noma imvula, uma ungakwazi ukulokhu uqhubekela phambili, khona-ke induku Yami ngeke isuke kuwe. Lapho kubhekanwa nawe, lapho isimo siba sibi ngokwengeziwe, ushushiswa ngokwengeziwe, uthando lwakho lukaNkulunkulu lwanda ngokwengeziwe, futhi uyayeka ukubambelela ezweni.

09 Okthoba, 2018

Isahluko 11

Ngabe nginguNkulunkulu wakho? Ngabe ngiyiNkosi yakho? Ngabe ungivumele ngempela ukuba ngibuse njengeNkosi phakathi kuwe? Kufanele ucabange ngokuphelele ngawe.

05 Okthoba, 2018

Izwi Leshumi

Akufanele wesabe lokhu nalokhuya. Kungakhathaleki ukuthi bungaki ubunzima nezingozi obhekene nakho, uyohlala uqinile phambi Kwami; ungavinjwa yilutho, ukuze intando Yami yenziwe.

04 Okthoba, 2018

Izwi Lesishiyagalolunye

Ngifuna ukukukhumbuza ukuthi awukwazi ukungacacelwa nakancane ngezwi Lami futhi noma yikuphi ukungacopheleli akwamukeleki. Kufanele ulinake futhi ulilalele uphinde wenze izinto ngokuhambisana nezinhloso zami.

03 Okthoba, 2018

Izwi Lesishiyagalombili

Selokhu uNkulunkulu uSomandla—iNkosi yombuso—ebonakele, umklamo wokuphatha kukaNkulunkulu wambuleke ngokuphelele kulo lonke izulu nomhlaba. Akugcinanga kuphela ngokuthi ukuvela kukaNkulunkulu kubonakale eChina, kodwa igama likaNkulunkulu uSomandla libonakele kuzo zonke izizwe nakuwo wonke amazwe.

27 Septhemba, 2018

Izwi Lesikhombisa

Ukuphakama kwezimo ezisizungezile kusheshisa ukukhosela kwethu emoyeni. Ungenzi ngenhliziyo eqinile, ungakuzibi ukuthi uMoya oNgcwele ukhathazekile noma cha, ungazami ukuhlakanipha futhi ungabi nokunganaki nokwaneliswa ngoyikho noma wenze ihaba ngobunzima bakho; into eyodwa okufanele uyenze ukukhonza uNkulunkulu ngokomoya nangeqiniso.

25 Septhemba, 2018

Izwi Lesithupha

UNkulunkulu uSomandla, iNhloko yezinto zonke, uphethe amandla Akhe obukhosi asuka esihlalweni Sakhe sobukhosi. Ubusa phezu kwezulu nomhlaba nezinto zonke futhi uyasiqondisa emhlabeni wonke.

22 Septhemba, 2018

Isahluko 5

Izintaba nemifula kulokhu kuguquka, imifudlana igeleza iya phambili, futhi impilo yomuntu imfushane kunomhlaba nesibhakabhaka. NguNkulunkulu uSomandla kuphela ongukuphila kwaphakade okuvukile, ezizukulwaneni kuphila phakade! Zonke izinto nezigameko zisezandleni Zakhe, uSathane ungaphansi kwezinyawo Zakhe.

20 Septhemba, 2018

Isahluko 4

Sizohlala sibhekile futhi silindile, sithule emoyeni futhi sifuna ngenhliziyo ehlanzekile. Noma yini esehlelayo, akufanele sihlanganyele ngobumpumputhe. Sidinga kuphela ukuthula phambi kukaNkulunkulu futhi sibe nokuhlanganyela okungapheli Naye khona-ke izinhloso Zakhe ziyokwambulwa kithi.