11 Juni, 2018
South African Gospel Song “Umsebenzi Wenyama NoMoya Kungokwengqikithi Efanayo”
“Umsebenzi Wenyama NoMoya Kungokwengqikithi Efanayo” Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu
I
UMoya kaNkulunkulu uphethe igunya phezu kwayo yonke into.
Inyama Yakhe nengqikithi Yakhe, amandla kusafana.
UNkulunkulu osenyameni usengenza imisebenzi Yakhe eminingi okufanele ayenze.
Wenza nje intando kaYise.
Futhi uNkulunkuku unguMoya, angasindisa sonke isintu, futhi angenza njalo noNkulunkulu osenyameni.
UNkulunkulu wenza umsebenzi Wakhe.
II
Kuyinto engafanele neze iphushwe noma ifezwe yinoma yimuphi umuntu.
UNkulunkulu ukhona, uyigunya, kodwa inyama Yakhe ingalithobela.
Lokhu kuyincazelo yangempela yokuthi “uKristu ulalela intando kaBaba.”
Futhi uNkulunkuku unguMoya, angasindisa sonke isintu, futhi angenza njalo noNkulunkulu osenyameni.
UNkulunkulu wenza umsebenzi Wakhe.
III
UNkulunkulu ngeke awuphazamise umsebenzi Wakhe, noma aphikisane nawo.
Umsebenzi kaMoya nowenyama iyefana.
Igcwalisa intando efanayo nomsebenzi ofanayo.
Phezu kwezici ezehlukene, izingqikithi zayo ziyefana.
Kokubili kunengqikithi nomfanekiso kaNkulunkulu.
Futhi uNkulunkuku unguMoya, angasindisa sonke isintu, futhi angenza njalo noNkulunkulu osenyameni.
UNkulunkulu wenza umsebenzi Wakhe.
Futhi uNkulunkuku unguMoya, angasindisa sonke isintu, futhi angenza njalo noNkulunkulu osenyameni.
UNkulunkulu wenza umsebenzi Wakhe.
Kwethi Izwi Livela Lisenyameni
Unyazi LwaseMpumalanga, iBandla likaNkulunkulu uSomandla lasungulwa ngenxa yokuvela nomsebenzi kaNkulunkulu uSomandla, ukubuya kwesibili kweNkosi uJesu, uKristu wezinsuku zokugcina. Lakhiwe yibo bonke labo abawamukelayo umsebenzi kaNkulunkulu uSomandla ezinsukwini zokugcina futhi banqotshwa basindiswa ngamazwi Akhe. Lasungulwa ngokuphelele nguNkulunkulu uSomandla ngokwakhe futhi liholwa Nguye njengoMalusi. Nakanjani, alisungulwanga umuntu. UKristu uyiqiniso, indlela, nokuphila. Izimvu zikaNkulunkulu ziyalizwa iphimbo likaNkulunkulu. Uma nje uhlala ufunda amazwi kaNkulunkulu uSomandla, uzobona ukuba uNkulunkulu usevelile.
Bhalisa ku:
Thumela amazwana (Atom)
-
I UNkulunkulu unikeze inkazimulo Yakhe ku-Israyeli wabe eseyisusa lapho, waletha abakwa-Israyeli eMpumalanga, futhi waletha bo...
-
Akuyona into elula ukuthi impilo ikhule; kudinga inqubo, futhi ngaphezu kwalokho, ukuba nikwazi ukukhokha inani futhi nibambisane Nami ngo...
Awekho amazwana:
Thumela amazwana