Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula insindiso. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula insindiso. Bonisa konke okuthunyelwe

15 Septhemba, 2018

Ukubusiswa Ngenxa Yokugula—I-Eseyi emayelana noThando lukaNkulunkulu

UDujuan eJapan
Ngazalelwa emndenini ompofu emzini wasemakhaya. Kusukela ngiseyingane, ngangiphila impilo enzima futhi ngangibukelwa phansi abanye abantu. Ngesinye isikhathi ngangingazi nokuthi ngangizoba naso yini isidlo esilandelayo, angisayiphathi-ke indaba yezidlo zokubamba umoya kanye namathoyizi.

09 Septhemba, 2018

4. Ingabe izigaba zontathu zomsebenzi kaNkulunkulu zijula kanjani kancane kancane ukuze abantu basindiswe futhi bapheleliswe?


Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:

  Ukuphatha kukaNkulunkulu kukonke kwahlukaniseke izigaba ezintathu, futhi esigabeni ngasinye, kudingeka okufanele leso sigaba kumuntu. Phezu kwalokho, njengoba kuhamba iminyaka futhi iqhubekela phambili, okudingwa uNkulunkulu kumuntu kuyaphakama kakhulu.

05 Septhemba, 2018

South African Gospel Song “Amazwi KaNkulunkulu Ayiqiniso Elingaguquki Phakade”



South African Gospel Song “Amazwi KaNkulunkulu Ayiqiniso Elingaguquki Phakade” Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu

I
Amazwi kaNkulunkulu ayiqiniso, elingaguquki phakade.
UNkulunkulu ungumnikezi wokuphila, futhi nguye kuphela umqondisi womuntu.
Ukubaluleka nomqondo wamazwi Akhe kunqunywa yingqikithi yawo,
hhayi uma umuntu ewemukela noma ewabona.
Ngisho noma ngabe akukho muntu emhlabeni omukela amazwi Akhe,
ukubaluleka kwawo nosizo lwawo kumuntu akulinganiseki.
Amazwi kaNkulunkulu ayiqiniso, elingaguquki phakade.
UNkulunkulu ungumnikezi wokuphila, futhi nguye kuphela umqondisi womuntu.

31 Agasti, 2018

South African Gospel Song “UNkulunkulu Ufuna Labo Abomele Ukuvela Kwakhe”



South African Gospel Song “UNkulunkulu Ufuna Labo Abomele Ukuvela Kwakhe”

I
UNkulunkulu ufuna labo abamlangazelelayo, abalangazelela ukuthi avele.
UNkulunkulu ufuna labo angamphikisi, abalalelayo njengabantwana phambi Kwakhe.
UNkulunkulu ufuna labo abakwaziyo, abakwazi ukuzwa amazwi Akhe,
bamukele abanike khona bese benikela inhliziyo nomzimba Kuye.
Uma kungekho okungazamazamisa, kungekho okungazamazamisa ukuzinikela kwakho kuNkulunkulu,
Uyobheka phansi kinina, uyobheka phansi kinina ngomusa, o…
UNkulunkulu uyonikeza izibusizo phezu kwenu, phezu kwenu, o…
UNkulunkulu uyonika izibusiso Zakhe phezu kwenu!

13 Agasti, 2018

Isahluko 2

Ibandla laseFiladelfiya selithole isimo, futhi lokhu kube ngokuphelele ngenxa yomusa nobubele bukaNkulunkulu. Abangcwele bakhiphe uthando lwabo lukaNkulunkulu futhi abazange baphambuke endleleni yabo yokomoya. Baqinile ekukholweni kwabo ukuthi uNkulunkulu wangempela ongukuphela Kwakhe ube yinyama, ukuthi uyiNhloko yezulu nomhlaba olawula zonke izinto—lokhu kuqinisekiswa nguMoya oNgcwele futhi kufakazelwa ngobufakazi obuqanda ikhanda! Akunakuguquka! 

12 Agasti, 2018

“Umbuso” Welcome the Return of God




Umbuso 
south african gospel music Choir “Umbuso” Welcome the Return of God
I
Umbuso, idolobha labangcwele, umbuso kaKristu. Embusweni, umcebo nenkazimulo kaNkulunkulu kuyabonakala. Unyazi luphuma eMpumalanga futhi lukhanyise eNtshonalanga. Ukukhanya kwangempela kulapha, izwi likaNkulunkulu livele lisenyameni. UMsindisi kudala ebuyile, ehla phezu kwefu elimhlophe. Abangcwele namuhla bahlwithiwe phambi kwesihlalo sobukhosi ukuze bakhonze uNkulunkulu. Abangcwele bakudala bavukile futhi ukuma baqine ezinsukwini zokugcina. Abangcwele bashushiswa ngonya eChina, izwe lamadimoni. Umlando weminyaka engaphezu kwezinkulungwane eziyisithupha, abangcwele bachithe igazi futhi bakhala izinyembezi, bengakwazi ukuya ekhaya, bentanta besuka endaweni beya kwenye, bengenandawo yokubeka ikhanda. Emgodini wosizi, ubumnyama okungakhanyi langa kubo, amabutho kaSathane ayadansa. Iminyaka eyizinkulungwane eziyisithupha yempi, igazi nezinyembezi kungenisa ukufika kombuso.

11 Agasti, 2018

2. Kungani uNkulunkulu ebusisa ibandla elamukela nelithobela umsebenzi Wakhe? Kungani eqalekisa izinhlangano zezenkolo?

Iqiniso,Indlela, insindiso,IBandla likaNkulunkulu uSomandla

Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:
Ngoba labo abakwezenkolo bayehluleka ukwamukela umsebenzi kaNkulunkulu omusha, futhi babambelela emsebenzini wakudala, ngakho uNkulunkulu ubalahlile labo bantu, futhi wenza umsebenzi Wakhe omusha kubantu abamukela lo msebenzi omusha. Laba ngabantu abasebenzisana nomsebenzi Wakhe omusha, futhi umsebenzi wokuphatha ungafezeka ngale ndlela kuphela.

09 Agasti, 2018

6. Emhlabeni wezenkolo, yiqiniso noNkulunkulu abaphethe Amandla, noma ingabe omphikukristu noSathane abaphethe amandla?

insindiso, Amazwi kaNkulunkulu, izinsuku zokugcina

Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:
Maye kinina, babhali nabaFarisi, bazenzisi! ngokuba nivalela abantu umbuso wezulu: ngokuba aningeni nina, nabangenayo niyabahlupha” (Mathewu 23:13).

08 Agasti, 2018

5. Yini umphumela womuntu okholwa kuNkulunkulu enkolweni kodwa sibekelwe ukudideka nokulawulwa ngabaFarisi nomphikukristu? Ingabe umuntu angasindiswa nguNkulunkulu uma ekholwa kuNkulunkulu ngale ndlela?

uJesu, uNkulunkulu, insindiso,Ukholo,

Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:
Bangabaholi bezimpumputhe abayizimpumputhe. Futhi uma impumputhe ihola impumputhe, ziyoyela emgodini zombili” (UMathewu 15:14).
Ngoba abahola laba bantu bayabadukisa; futhi nabaholwa yibo bayabhujiswa” (UIsaya 9:16).

05 Agasti, 2018

2. Yingani kuthiwa abefundisi bezenkolo nabadala bonke bahamba umgudu wobuFarisi? Yini umongo wabo?

Yini umongo wabo, insindiso,Nkosi Jesu,Iqiniso

Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:
“Futhi waqala ukukhuluma kubo ngemifanekiso ethi. Umuntu othile watshala isivini, futhi wasibiyela ngothango, futhi wemba isikhamo, wase akha isiqongo sokulinda, wabe esesiqashisa kubalimi, wase eya ezweni elikude. Futhi ngenkathi efanele wayesethuma inceku kubalimi, ukuba ithathe kubalimi izithelo zesivini.

Kungani iNkosi UJesu eqalekisa AbaFarisi? Yini ngempela umongo WobuFarisi?

uJesu,UMoya Ongcwele,Nkosi Jesu,

Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:
Kungani nani neqa umyalo kaNkulunkulu ngenxa yesiko lenu? Ngoba uNkulunkulu wayala, wathi, Hlonipha uyihlo nonyoko: nokuthi, Lowo oqalekisa uyise noma unina, makafe nokufa. Kodwa nithi, Oshoyo kuyise noma kunina ukuthi, Kuyisipho, lokho ongabe usizwe yimi ngakho; Futhi angahloniphi uyise noma unina, uyakukhululeka.

03 Agasti, 2018

Isintu Esikhohlakele Sidinga Insindiso KaNkulunkulu Osesimweni Somuntu




Isingeniso

South African Gospel Music 2018 “Isintu Esikhohlakele Sidinga Insindiso KaNkulunkulu Osesimweni Somuntu” Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu

I
UNkulunkulu waba yinyama ngoba okuqondwe ngumsebenzi Wakhe
akuwona umoya kaSathane, noma yini engeyona, engeyona inyama, kodwa ngumuntu.
Inyama yomuntu yakhohlakaliswa nguSathane ngakho yase iba yilokho okuqondwe ngumsebenzi kaNkulunkulu.
Indawo yensindiso kaNkulunkulu ngumuntu, ngumuntu.
Umuntu uyisidalwa esifayo, yinyama negazi kuphela,
futhi nguNkulunkulu kuphela ongamsindisa.
UNkulunkulu kufanele abhekane nenyama yomuntu, kanye nakho konke umuntu ayikho,
ukuze enze umsebenzi Wakhe, athole umphumela omuhle kakhulu.
UNkulunkulu kufanele abhekane nenyama, ngoba umuntu uyinyama, engakwazi ukwehlula isono.
UNkulunkulu kufanele abhekane nenyama, ngoba umuntu uyinyama,
ongakwazi ukuzikhulula ebugqilini benyama.

01 Agasti, 2018

3 Kungani iqiniso elichazwa nguNkulunkulu ezinsukwini zokugcina likwazi ukuhlanza umuntu, limphelelise umuntu futhi libe yimpilo yomuntu?

Iqiniso, insindiso,ukuphila kwaphakade

Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:
Indlela yokuphila akusiyo into engaba ekanoma ubani, futhi ayitholwa yibo bonke abantu kalula. Lokhu kwenziwa ukuthi ukuphila kuvela kuNkulunkulu kuphela, okusho ukuthi, uNkulunkulu kuphela onesiqu sokuphila, ayikho enye indlela yokuphila ngaphandle kukaNkulunkulu Uqobo, ngakho-ke uNkulunkulu kuphela owumthombo wokuphila, futhi uwumthombo wamanzi okuphila ahlala egeleza. 

28 Julayi, 2018

2. Ingabe ubufakazi beqiniso benkolo kuNkulunkulu uma umuntu ethokozela kuphela umusa kaNkulunkulu?

Iqiniso, insindiso,Ubufakazi

Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:
Uma uthokozela umusa kaNkulunkulu kuphela, unempilo yomndeni enokuthula noma ukubusiseka ngezinto eziphathwayo, lapho-ke awukamtholi uNkulunkulu, futhi inkolo yakho kuNkulunkulu ifadabele. UNkulunkulu usevele uwenzile umsebenzi wesiqephu esisodwa womusa enyameni, futhi usevele wathululela izibusiso zezinto eziphathekayo phezu komuntu—kodwa umuntu akakwazi ukupheleliswa ngomusa, uthando, nesihawu kuphela. 

1. Yini ukulandela intando KaNkulunkulu? Ingabe ukulandela intando kaNkulunkulu uma umuntu enza umsebenzi wokuhambisa ivangeli likaNkulunkulu kuphela?


intando KaNkulunkulu,Ubufakazi,izwi likaNkulunkulu

Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:
"Akubona bonke abathi kimi, Nkosi, Nkosi abazongena embusweni wezulu; kodwa lowo owenza intando kaBaba osezulwini. Abaningi bazothi kimina ngalolo suku, Nkosi, Nkosi, asizange siphrofethe ngegama lakho? Futhi sakhipha namadimoni ngegama lakho? Futhi ngegama lakho senza imisebenzi eminingi emihle? Khona-ke ngizobe sengifakaza kubo ngithi, anginazi: sukani kimi, nina enenza okubi" (Mathewu 7:21-23).

27 Julayi, 2018

2 Kungani umhlaba wezenkolo umphikile uKrestu, futhi wamlahla ngaleyo ndlela wazithela ngeziqalekiso zikaNkulunkulu?


UNkulunkulu uSomandla, insindiso,UMoya Ongcwele

Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:
Yizwani omunye umfanekiso: Kwakunomninindlu othile, owatshala isivini, futhi wasibiyela ngothango, futhi wemba khona isikhamo, wase akha isiqongo sokulinda, wabe esesiqashisa kubalimi, wase eya ezweni elikude: Futhi lapho isikhathi sezithelo sesisondela, wathuma izinceku zakhe kubalimi, ukuba zithathe izithelo zaso. 

1、Kungani uhulumeni Wobukhomanisi WaseShayina eshushisa ngamandla, ecindezela futhi elandela ngesihluku uNkulunkulu Somandla kanye neBandla LikaNkulunkulu USomandla?


 insindiso,Ukulunga,izinsuku zokugcina

Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:
Lesi yisizukulwane esibi” (Luka 11:29).
umhlaba wonke usebubini” (1 Johane 5:19).

25 Julayi, 2018

Ukuhlwithwa kufanele kusekelwe emazwini kaNkulunkulu futhi hhayi emicabangweni nasebucikweni bomuntu

Iqiniso, insindiso,Ubufakazi,umusa kaNkulunkulu

Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:
Baba wethu osezulwini, malingcweliswe igama lakho. Umbuso Wakho mawufike, intando Yakho yenziwe emhlabeni njengasezulwini” (Mathewu 6:9-10).

23 Julayi, 2018

Ukubaluleka Kokusindisa Isizukulwana SikaMowabi

Kule minyaka emibili ukuya kwemithathu, yomsebenzi, kufanele ukuthi ngabe sekuzuzweni emsebenzini wokwahlulelwa owenzelwe kinina usuzuziwe. Abantu abaningi babekele eceleni ikusasa, imicabango nempelela yabo kancane. Noma kunjalo, uma kushiwo ukuthi niyisizukulwane sikaMowabi, iningi lenu anikwazi ukukumela lokho—ukwakheka kwenu kuzoguquka, imilomo yenu izosonteka, bese amehlo enu agqolozele. Anikholwa ukuthi niyisizukulwane sikaMowabi, uMowabi waxoshwa kuleli zwe emva kokuqalekiswa.

21 Julayi, 2018

Ingabe izigaba zontathu zomsebenzi kaNkulunkulu zijula kanjani kancane kancane ukuze abantu basindiswe futhi bapheleliswe

 uJesu,insindiso,UNkulunkulu uSomandla,umusa kaNkulunkulu,

Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:
Ukuphatha kukaNkulunkulu kukonke kwahlukaniseke izigaba ezintathu, futhi esigabeni ngasinye, kudingeka okufanele leso sigaba kumuntu. Phezu kwalokho, njengoba kuhamba iminyaka futhi iqhubekela phambili, okudingwa uNkulunkulu kumuntu kuyaphakama kakhulu.