Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Nkosi Jesu. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Nkosi Jesu. Bonisa konke okuthunyelwe

09 Agasti, 2018

6. Emhlabeni wezenkolo, yiqiniso noNkulunkulu abaphethe Amandla, noma ingabe omphikukristu noSathane abaphethe amandla?

insindiso, Amazwi kaNkulunkulu, izinsuku zokugcina

Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:
Maye kinina, babhali nabaFarisi, bazenzisi! ngokuba nivalela abantu umbuso wezulu: ngokuba aningeni nina, nabangenayo niyabahlupha” (Mathewu 23:13).

05 Agasti, 2018

2. Yingani kuthiwa abefundisi bezenkolo nabadala bonke bahamba umgudu wobuFarisi? Yini umongo wabo?

Yini umongo wabo, insindiso,Nkosi Jesu,Iqiniso

Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:
“Futhi waqala ukukhuluma kubo ngemifanekiso ethi. Umuntu othile watshala isivini, futhi wasibiyela ngothango, futhi wemba isikhamo, wase akha isiqongo sokulinda, wabe esesiqashisa kubalimi, wase eya ezweni elikude. Futhi ngenkathi efanele wayesethuma inceku kubalimi, ukuba ithathe kubalimi izithelo zesivini.

Kungani iNkosi UJesu eqalekisa AbaFarisi? Yini ngempela umongo WobuFarisi?

uJesu,UMoya Ongcwele,Nkosi Jesu,

Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:
Kungani nani neqa umyalo kaNkulunkulu ngenxa yesiko lenu? Ngoba uNkulunkulu wayala, wathi, Hlonipha uyihlo nonyoko: nokuthi, Lowo oqalekisa uyise noma unina, makafe nokufa. Kodwa nithi, Oshoyo kuyise noma kunina ukuthi, Kuyisipho, lokho ongabe usizwe yimi ngakho; Futhi angahloniphi uyise noma unina, uyakukhululeka.

19 Julayi, 2018

Angikulungele Ukubona UKristu

UHuanbao    Edolobheni laseDalian, Esifundazweni saseLiaoning
Kusukela ngiqala ukukholwa kuNkulunkulu uSomandla, selokhu ngangibancoma kakhulu abafowethu nodadewethu abakwazi ukwamukela inkonzo yomuntu siqu noKristu, abakwazi ukuzwa izintshumayelo Zakhe ezindlebeni zabo.

21 Juni, 2018

Kungani isintu kufanele sikholwe kuNkulunkulu?


Impendulo Evela Ezwini LikaNkulunkulu:
        “UNkulunkulu wadala zonke izinto, ngakho wenza yonke indalo ibe ngaphansi kombuso Wakhe, izithobe kuwo; uyolawula zonke izinto, ukuze konke kube sezandleni Zakhe. Yonke indalo kaNkulunkulu, kuhlanganise nezilwane, izitshalo, abantu, izintaba, imifula, kanye namachibi—konke kufanele kube ngaphansi kokubusa Kwakhe. Konke okusesibhakabhakeni nasemhlabathini kumele kube ngaphansi kokubusa Kwakhe. Akukho okunye okungakwenza, kumele konke kuzithobe ekuhleleni Kwakhe.