Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula izwi likaNkulunkuluUNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula izwi likaNkulunkuluUNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe

27 Disemba, 2017

Izwi LamaShumi AmaThathu Nane

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,UNkulunkulu uSomandla,Unyazi Lwasempumalanga

  “Ngake ngamema umuntu ukuthi azovakasha endlini yaMi, kodwa wayelokhu eshona le nale ngoba ngilokhu ngimshayela ucingo – kungathi, esikhundleni sokummema njengesivakashi, ngangimbizele ukuzombulala. Ngalokho, indlu yaMi ayinamuntu, ngenxa yokuthi umuntu uhlala engixwaya, futhi uhlale engiqaphile.