Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula KaKristu. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula KaKristu. Bonisa konke okuthunyelwe

19 Februwari, 2018

Izwi Lamashumi Amane Nane

  Abantu baphatha umsebenzi Wami njengento esizayo nje, abadlulwa ukudla noma ukulala ngenxa yawo, ngalokho futhi anginakho okunye engingakukhetha ngaphandle kokwenza izimfuno ezimfanele umuntu ngesimo sengqondo sakhe Ngami. 

09 Februwari, 2018

Ukuhunyushwa Kwezwi Leshumi Nesishiyagalolunye

       Kubonakala sengathi emicabangweni yabantu, uNkulunkulu uphakeme kakhulu futhi akaqondakali. Kusengathi uNkulunkulu akahlali phakathi kwabantu, kusengathi ubabukela phansi abantu ngoba uphakeme kangaka. 

05 Februwari, 2018

Izwi Lamashumi Amane Nesikhombisa

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,UNkulunkulu uSomandla,Unyazi Lwasempumalanga
 Ukuze kukhuliswe abantu empilweni bese kwenziwa ukuthi umuntu Nami sikwazi ukuthola imiphumela ehambisana nenhloso yethu efanayo, bengilokhu ngisitotosa isintu, ngisivumela ukuba sibe nokondleka nempilo ezwini Lami futhi sithole yonke inala Yami kulona. 

Imfihlakalo Yokuba Senyameni (1)

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,UNkulunkulu uSomandla,Unyazi Lwasempumalanga
 ENkathini Yomusa, uJohane walungiselela uJesu indlela. Wayengeke akwazi ukwenza umsebenzi kaNkulunkulu uqobo futhi wamane wafeza umsebenzi womuntu. Nakuba uJohane alungisela iNkosi indlela, wayengeke amele uNkulunkulu; wayengumuntu nje kuphela owayesetshenziswa uMoya oNgcwele. 

04 Februwari, 2018

Ukuhunyushwa Kwezwi Lamashumi Amathathu Nesithupha

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,UNkulunkulu uSomandla,Unyazi Lwasempumalanga
 Kuyashiwo ukuthi uNkulunkulu uqalile manje ukusola umuntu, kodwa akekho okwazi ukukuqinisekisa lokhu, akekho onempendulo ecacile ukuthi ngabe inhloso yokuqala yokusolwa kwaKhe seyimehlele yini umuntu. 

02 Februwari, 2018

Ukuhunyushwa Kwezwi Lamashumi Amabili

 UNkulunkulu wadala sonke isintu, futhi usesihole sonke isintu kwaze kwaba namuhla. Kanjalo, uNkulunkulu wazi konke okwenzeka phakathi kwabantu: wazi ububi emhlabeni wabantu, uqonda ubumnandi emhlabeni wabantu, ngakho-ke usuku ngosuku uchaza izimo zempilo yaso sonke isintu, aphinde, phezu kwalokho, abhekane nobuthakathaka nokonakala kwaso sonke isintu. Akuyiso isifiso sikaNkulunkulu ukuthi sonke isintu siphonswe emgodini ongenamkhawulo, noma kusindiswe sonke isintu. 

31 Januwari, 2018

Izwi Lamashumi Amane Nantathu

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,UNkulunkulu uSomandla,Unyazi Lwasempumalanga
 Mhlawumbe kungenxa yemithetho yokuphatha Kwami ukuthi abantu “bawathandile” amazwi Ami. Ukuba abengabuswa yizinqumo Zami zokuphatha, wonke abezoba ngukukliwula okufana nokwezingwe eziqeda kuphazanyiswa. 

30 Januwari, 2018

Umuntu Angasindiswa Kuphela Ekuphatheni KukaNkulunkulu

Unyazi Lwasempumalanga,IBandla likaNkulunkulu uSomandla,UNkulunkulu uSomandla
   Wonke umuntu ubona sengathi ukuphatha kukaNkulunkulu kuyinto engajwayelekile ngoba abantu bacabanga ukuthi ukuphatha kukaNkulunkulu akuhlangene nomuntu. 

Worship God and Receive His Protection - UNKULUNKULU AKUBUSISE - Zulu Christian Video


 People often say that "Storms gather without warning and misfortune befalls men overnight." In our present age of rapidly expanding science, modern transportation and material wealth, the disasters that are happening all around us increase each day. When we flip open the newspaper or turn on the TV, what we mainly see is: wars, earthquakes, tsunamis, hurricanes, fires, floods, air crashes, mining disasters, societal unrest, violent conflicts, terrorist attacks etc. 

28 Januwari, 2018

Inkinga Enkulu: Ukukhaphela (2)

 Imvelo yomuntu yehluke ngokuphelele ebuntwini Bami; lokhu kungenxa yokuthi imvelo yomuntu eyonakele ivela kuSathane ngokuphelele nemvelo yomuntu yenziwe futhi yonakaliswa uSathane. Okuwukuthi, umuntu uphila ngaphansi kwethonya elibi kanye nobubi bayo. 

27 Januwari, 2018

Isiphetho Somuntu

  Noma nini lapho kukhulunywa khona ngesiphetho, lokho nikubheka njengento ebaluleke kakhulu; nonke nisheshe nizwele uma kukhulunywa ngale ndaba. Abanye basheshe bacabange ngoNkulunkulu ngenxa yokuthi bafuna ukuba nesiphetho esihle. Ngingabona ngesifiso senu, esingadingi ukuba sichazwe ngamazwi.

UNkulunkulu Ulethe Inkazimulo Yakhe EMpumalanga


IBandla LikaNkulunkulu USomandla,UNkulunkulu uSomandla,Unyazi Lwasempumalanga

 
  • I
  • UNkulunkulu unikeze inkazimulo Yakhe ku-Israyeli
  • wabe eseyisusa lapho,
  • waletha abakwa-Israyeli eMpumalanga,
  • futhi waletha bonke abantu eMpumalanga.

26 Januwari, 2018

Christ of the Last Days Brings About the Descending of the Kingdom | Chinese Choir 19th Performance(south Africa gospel music)


 Ngobusuku obabugcwele izinkanyezi esibhakabhakeni, obungenamsindo nobunokuthula, iqembu lamaKristu lilinde ngobuqotho ukubuya koMsindisi licula futhi lidansela umculo omnandi. Lapho bezwa izindaba ezijabulisayo “UNkulunkulu usebuyile” nezithi “UNkulunkulu usekhulume amazwi amasha” bayamangala futhi bayajabula. 

24 Januwari, 2018

Ukuhunyushwa Kwezwi Leshumi Nanhlanu

 Umehluko omkhulu phakathi kukaNkulunkulu nomuntu ukuthi amazwi kaNkulunkulu njalo ashaya emhloleni, futhi akukho okufihlakele. Ngakho le ngxenye yesimo sikaNkulunkulu ingabonakala emazwini okuqala anamuhla. 

21 Januwari, 2018

Impilo Yangokomoya Elungile Ibuyisela Abantu Endleleni Eyiyonayona

 Nisahambe ibanga elincane kabi endleleni yekholwa elikholelwa kuNkulunkulu, futhi nisazongena endleleni eyiyona, ngakho liselide kakhulu ibanga ngaphambi kokufinyelela ezingeni likaNkulunkulu. Kodwa manje, isimo senu asenele ukuba nihlangabezane nezimfuno zaKhe. Ngenxa yesimo senu kanjalo nemvelo yenu enizelwe nayo eyonakele, ngaso sonke isikhathi niphatha umsebenzi kaNkulunkulu ngokunganaki futhi ningawuthatheli phezulu.

Izwi LamaShumi Amane

 “Abantu bagxila kukho konke engikwenzayo, okungathi sengizokwehlisa amazulu, futhi bahlala bedideka ngezenzo Zami, okungathi engikwenzayo abakuqondi. Kanjalo, bagqugquzelwa Yimi kukho konke abakwenzayo, besaba ukuthi bazolicasula Izulu bese belahlelwa “ezweni labafayo.” 

19 Januwari, 2018

Sithandwa Sami, Ngicela Ungilinde

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,UNkulunkulu uSomandla,Unyazi Lwasempumalanga

 
  • I
  • Ngaphezu kwezihlahla, kweqe inyanga enokuthula.
  • Njengesithandwa sami, esilungile nesihle.
  • O sithandwa sami, uKuphi?
  • Manje ngiyakhala.

Ukuhunyushwa Kwezwi Leshumi Nane

 Umuntu akaze afunde lutho ezwini likaNkulunkulu. Esikhundleni salokho, umuntu wazisa nje kuphela ingaphezulu lezwi likaNkulunkulu, kodwa engawazi umqondo walo wangempela. Ngakho-ke, noma iningi labantu lilikhonzile izwi likaNkulunkuluuNkulunkulu uthi empeleni abalazisi. 

Ukuhunyushwa Kwezwi Leshumi Nesishiyagalombili

  Onke amazwi kaNkulunkulu aphethe ingxenye yesimo sakhe; isimo Sakhe ngeke sichazwe ngokugcwele ngamazwi, ngakho lokhu kukhombisa izinga lokunotha okukuye. Lokho abantu abangakubona futhi bakuthinte, vele, akungakanani, njengoba kunjalo nasemandleni abantu. 

18 Januwari, 2018

Ukuhunyushwa Kwezwi Leshumi Nambili

 UNkulunkulu uyizonda yonke inzalo kadrako omkhulu obomvu, futhi umzonda nakakhulu udrako omkhulu obomvu. Yilena impande yolaka olusenhliziyweni kaNkulunkulu. Kubonakala sengathi uNkulunkulu ufuna ukuphonsa zonke izinto zikadrako omkhulu obomvu echibini lomlilo nesibabule ukuze azishise ziphele nya.