Ngobusuku obabugcwele izinkanyezi esibhakabhakeni, obungenamsindo nobunokuthula, iqembu lamaKristu lilinde ngobuqotho ukubuya koMsindisi licula futhi lidansela umculo omnandi. Lapho bezwa izindaba ezijabulisayo “UNkulunkulu usebuyile” nezithi “UNkulunkulu usekhulume amazwi amasha” bayamangala futhi bayajabula. Bayacabanga: “UNkulunkulu usebuyile? Usevelile?” Ngokulangazelela nangokungaqiniseki, omunye emva komunye, baqala uhambo lokufuna amazwi amasha kaNkulunkulu. Ekufuneni kwabo okukhandlayo, abanye abantu baba nemibuzo ekubeni abanye bamukela kalula. Abanye abantu bayabuka bangasho lutho, ekubeni abanye babeka imibono bese befuna izimpendulo eBhayibhelini———bayabuka kodwa ekugcineni akutheli zithelo…. Lapho sebeqala bephelelwa khona amandla, ufakazi ubalethela ikhophi yeBhayibheli yeNkathi Yombuso, bese bedonsekela emazwini encwadi. Uhlobo luni lwencwadi kanti lolu? Sebewatholile amazwi amasha akhulunywe uNkulunkulu kuleyo ncwadi? Sebekwamukele ukuvela kukaNkulunkulu?
Bhalisa ku:
Thumela amazwana (Atom)
-
Ngempela ngempela umthanda kangakanani uNkulunkulu namhlanje? Futhi kungakanani konke okwaziyo uNkulunkulu akwenzile kuwe? Lezi yizinto ...
-
Babusisiwe labo abafunde izwi Lami base bekholwa ukuthi lizofezeka—ngeke ngikuphathe kabi, kodwa ngiyokwenza lokho okholwa ukuthi kugcwali...
Awekho amazwana:
Thumela amazwana