Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula IBandla LikaNkulunkulu USomandla-Ikwaya. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula IBandla LikaNkulunkulu USomandla-Ikwaya. Bonisa konke okuthunyelwe

12 Novemba, 2019

Gospel choir song | "Kingdom Anthem: The Kingdom Descends Upon the World" | Extended Preview


Gospel choir song | "Kingdom Anthem: The Kingdom Descends Upon the World" | Extended Preview


Ihubo lombuso elinyakazisayo selizwakele, limemezela ukufika kukaNkulunkulu phakathi kwabantu emhlabeni wonke! Umbuso kaNkulunkulu usufikile! Zonke izinkanyezi ziyadansa, zonke izinto ziyathokoza, bonke abantu bayahalalisa! Yonke into kuwo wonke amazulu ichichima injabulo. Yiziphi lezi zimo zenjabulo ezithathekisayo?

20 Okthoba, 2019

Gospel Choir “Ihubo Lombuso: Umbuso Wehlela Emhlabeni”Ukubuka Kungakabonwa: Ukungenisa Nge-Tap Dance


Gospel Choir “Ihubo Lombuso: Umbuso Wehlela Emhlabeni”Ukubuka Kungakabonwa: Ukungenisa Nge-Tap Dance

Umbukiso omangazayo we-tap dance wokwamukela umbuso! Inkathi entsha egujwa yibo bonke isifikile ekugcineni! Umculo wekhwaya enkulu yamaKristu, “Ihubo Lombuso: Umbuso Wehlela Emhlabeni,” uyeza masinyane!

Umthombo: IBandla LikaNkulunkulu USomandla

22 Meyi, 2018

Ibika Ledokhumentari ethi “Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke” | Ukuphakama Nokuwa Kwamazwe




Is the rise and fall of a country or nation the result of human actions? Is it a natural law? What kind of mystery is contained within? Exactly who commands the rise and fall of a country or nation? The Christian musical documentary The One Who Holds Sovereignty Over Everything will soon reveal the mystery! 

18 Meyi, 2018

Ibika Ledokhumentari "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" | Ubufakazi Bamandla KaNkulunkulu



Ngaso sonke isikhathi endaweni yonke, zonke izinto ezisemkhathini zihamba ngokunembile phakathi kwemizila yazo. Ngaphansi kwamazulu, izintaba, imifula, namachibi konke kunemingcele yakho, futhi zonke izidalwa ziphila futhi zizalane kuzo zonke izinkathi zonyaka ezine ngokuvumelana nemithetho yokuphila…. Lokhu konke kuklanywe ngokumangalisayo—ingabe ukhona Onamandla obusa futhi ahlele konke lokhu?

02 Meyi, 2018

Ibika Ledokhumentari ethi “Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke” Imibono Evezwayo Ngenhlekelele


Abantu abaningi bacabanga ukuthi isimiselo sabo sisezandleni zabo. Kodwa lapho kufika inhlekelele, konke esikuzwayo ukungabi namandla, uvalo, nokwesaba okukhulu, bese sizwa ukungabi yilutho kwesintu nobuthaka bokuphila…. Ngubani okuwuye yedwa oyinsindiso yethu? Idokhumentari yobuKristu enomculo—Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke—izokwembula impendulo maduze! 

29 Ephreli, 2018

28 Ephreli, 2018

MUSICAL DOCUMENTARY "AmaJuda Eya Ekudingisweni Kwelinye Izwe Kanye Nokusabalaliswa Kwevangeli Lombuso Wezulu " coming soon to reveal the mysteries of human life


AmaJuda Eya Ekudingisweni Kwelinye Izwe Kanye Nokusabalaliswa Kwevangeli Lombuso Wezulu

Ngo-70 A.D., iminyaka engamashumi amathathu nesikhombisa emva kokuvuka nokwenyukela ezulwini kweNkosi uJesu, impi yamaRoma yathumba iJerusalema. Futhi abafuduki bamaJuda bazula emhlabeni emva kokukhishwa ezweni lakwa-Israyeli. Noma babelahlekelwe yizwe labo, bahamba bephethe ivangeli leNkosi uJesu lombuso wezulu elalikade livaleleke eJudiya base belisabalalisa kuwo wonke amagumbi omhlaba.

26 Ephreli, 2018

MUSICAL DOCUMENTARY THE ONE WHO HOLDS SOVEREIGNTY OVER EVERYTHING Why Do We Live? And Why Do We Have to Die? coming soon to reveal the mysteries of human life


Siphilelani? Futhi Kungani Kufanele Sife?

Kuzo zonke izinkathi, bonke abantu balandele imithetho yokuphila efanayo; kusuka emagameni abo okuqala baze babe mpunga, bachitha izimpilo zabo zonke bephuthuma, ekugcineni baze baphenduke uthuli …

uNkulunkulu uthi: “Labo abafayo bahamba nezindaba zalabo abaphilayo, futhi labo abaphilayo baphinda lowo mlando ofanayo onosizi walabo asebefile. ”

24 Ephreli, 2018

MUSICAL DOCUMENTARY Isethembiso SikaNkulunkulu Kuma-Israyeli coming soon to reveal the mysteries of human life


Isethembiso SikaNkulunkulu Kuma-Israyeli

Onyakeni wenkosi yethu, umntwana wesilisa wazalwa emkhombeni endaweni yezihambi eBethlehema laseJudiya. Izazi ezintathu zasempumalanga, ziholwa yinkanyezi eyayingakaze ibonakale ngaphambili, zeza endaweni okwakuzalelwe kuyo umntwana. Zamkhothamela ngokumkhonza. Lo mntwana kwakuyilowo owayethenjiswe nguNkulunkulu, owayezohola futhi akhulule ama-Israyeli emthethweni.

22 Ephreli, 2018

MUSICAL DOCUMENTARY UNkulunkulu Uhola Ama-Israyeli Ewakhipha EGibhithe coming soon to reveal the mysteries of human life


UNkulunkulu Uhola Ama-Israyeli Ewakhipha EGibhithe

“Futhi uMose wayeselula isandla sakhe phezu kolwandle; iNKOSI yaphindisela emuva amanzi ngomoya onamandla wasempumalanga ubusuku bonke, yaphendula ulwandle lwaba ngumhlabathi owomileyo, amanzi ahlukana. Futhi abantwana bakwa-Israyeli bangena phakathi kolwandle emhlabathini owomileyo: futhi amanzi aba lugange kubo ngakwesokunene nangakwesokhohlo” (Eksodusi 14:21-22).

21 Ephreli, 2018

MUSICAL DOCUMENTARY Isintu Sizilawulela Sona Ngempela Isimiselo Saso? coming soon to reveal the mysteries of human life


Isintu Sizilawulela Sona Ngempela Isimiselo Saso?

Lapho sibhekene nenhlekelele engalindelwe, lonke ulwazi, amakhono nokwazi kwethu akusizi ngalutho …. Singamemeza kuphela ngosizi, silinde ukufa phakathi kokwesaba nokungabi namandla…. Futhi asikwazi ukungazibuzi ukuthi: Ngubani ophethe isimiselo sethu? Ngubani okuwuye yedwa oyinsindiso yethu?

MUSICAL DOCUMENTARY
THE ONE WHO HOLDS SOVEREIGNTY OVER EVERYTHING
coming soon to reveal the mysteries of human life


26 Januwari, 2018

Christ of the Last Days Brings About the Descending of the Kingdom | Chinese Choir 19th Performance(south Africa gospel music)


 Ngobusuku obabugcwele izinkanyezi esibhakabhakeni, obungenamsindo nobunokuthula, iqembu lamaKristu lilinde ngobuqotho ukubuya koMsindisi licula futhi lidansela umculo omnandi. Lapho bezwa izindaba ezijabulisayo “UNkulunkulu usebuyile” nezithi “UNkulunkulu usekhulume amazwi amasha” bayamangala futhi bayajabula. 

08 Disemba, 2017

UNkulunkulu Ufikile uNkulunkulu Ubusile “UNkulunkulu Uyisiqalo futhi Uyisiphetho”



UNkulunkulu uyiSiqalo,
UNkulunkulu uyiSiqalo,
UNkulunkulu uyiSiqalo,
neSiphetho,
neSiphetho,
neSiphetho,
UNkulunkulu Otshalayo,
UNkulunkulu Otshalayo,
UNkulunkulu Otshalayo,
Futhi Ungumvuni (Umvuni).UNkulunkulu Uyisiqalo futhi Uyisiphetho; uNkulunkulu otshalayo futhi uNkulunkulu umvuni.
UNkulunkulu Uyisiqalo futhi Uyisiphetho; uNkulunkulu otshalayo futhi uNkulunkulu umvuni.
UNkulunkulu Uyisiqalo futhi Uyisiphetho; uNkulunkulu otshalayo futhi uNkulunkulu umvuni.