Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula unkulunkulu uMninimandla. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula unkulunkulu uMninimandla. Bonisa konke okuthunyelwe

22 Ephreli, 2018

MUSICAL DOCUMENTARY UNkulunkulu Uhola Ama-Israyeli Ewakhipha EGibhithe coming soon to reveal the mysteries of human life


UNkulunkulu Uhola Ama-Israyeli Ewakhipha EGibhithe

“Futhi uMose wayeselula isandla sakhe phezu kolwandle; iNKOSI yaphindisela emuva amanzi ngomoya onamandla wasempumalanga ubusuku bonke, yaphendula ulwandle lwaba ngumhlabathi owomileyo, amanzi ahlukana. Futhi abantwana bakwa-Israyeli bangena phakathi kolwandle emhlabathini owomileyo: futhi amanzi aba lugange kubo ngakwesokunene nangakwesokhohlo” (Eksodusi 14:21-22).

20 Februwari, 2018

Umsebenzi kaMoya oNgcwele Nomsebenzi kaSathane

Ukuqonda kanjani okuyisisekelo ngokomoya? Ingabe uMoya oNgcwele usebenza kanjani kumuntu? Ingabe uSathane usebenza kanjani kumuntu? Ingabe imimoya emibi isebenza kanjani kumuntu? Futhi ziyini izibonakaliso zalo msebenzi?

18 Februwari, 2018

Kufanele Ningayeki Ukuzinikela KuNkulunkulu

   UMoya oNgcwele usebenza kanjani manje ebandleni? Niyakwazi lokho? Yiziphi izingqinamba ezinkulu zabafowenu nodadewenu? Yini abayintula kakhulu? Okwamanje, kunabantu abanokudembesela lapho bebhekene nezilingo, futhi abanye baze bakhononde, abanye abasayi ngisho phambili ngoba uNkulunkulu akasakhulumi. 

16 Februwari, 2018

Isiphetho Somuntu

Noma nini lapho kukhulunywa khona ngesiphetho, lokho nikubheka njengento ebaluleke kakhulu; nonke nisheshe nizwele uma kukhulunywa ngale ndaba. Abanye basheshe bathatheke kuNkulunkulu ngenxa yokuthi bafuna ukuba nesiphetho esihle. Ngingabona ngomfutho eninawo, ongadingi ukuba uchazwe ngamazwi. Nakanjani anifuni inyama yenu iwele enhlekeleleni, futhi ikakhulu, anifuni ukwehlela esijezisweni saphakade esikhathini esizayo.

15 Februwari, 2018

Ukuhunyushwa Kwezwi Leshumi Nesikhombisa

  “Eqinisweni, onke amazwi aphuma emlonyeni kaNkulunkulu ayizinto abantu abangazazi; onke awulimi abantu abangakaze baluzwe, ngakho kungabekwa kanje: amazwi kaNkulunkulu kwawona ayimfihlakalo.