Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula umthandazo. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula umthandazo. Bonisa konke okuthunyelwe

25 Disemba, 2019

UMoya oNgcwele Usebenza Ngendlela Enemigomo

Umthandazo,izwi likaNkulunkulu
UQin Shuting edolobheni laseLinyi, esiFundazweni saseShandong

Esikhathini eside, yize noma ngangingayekanga ukudla nokuphuza amanzi kaNkulunkulu, kodwa ngangingakaze ngikuzwe ukukhanya. Ngangiye ngakhuleka kuNkulunkulu ngikhulekela lokhu kodwa, kamuva,ngangingakakhanyiseleki. Ngakho ngacabanga, “Ngidlile futhi ngaphuza lokho obekufanele futhi uNkulunkulu akangikhanyiseli. Ayikho into engingayenza, futhi anginawo amandla okwamukela amazwi kaNkulunkulu. Kunesikhathi sikaNkulunkulu sokukhanyisela umuntu ngamunye, ngakho akunasizathu sokuzama ukukuphangisa lokhu.” Emva kwalokho, ngagcina imithetho futhi ngadla ngaphuza amazwi kaNkulunkulu ngaphandle kokuxhamazela, “ngesineke” ngilindele ukukhanyisela kukaNkulunkulu.

06 Septhemba, 2018

South African Gospel Song “Ukubaluleka Komthandazo” Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu



South African Gospel Song “Ukubaluleka Komthandazo” Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu

I
Umthandazo ungenye yezindlela umuntu asebenzisana ngazo noNkulunkulu,
ukubiza uMoya Wakhe kanye nokuthintwa nguNkulunkulu.
Uma uthandaza ngokwengeziwe, uyothintwa, ukhanyiselwe futhi uqine emqondweni ngokwengeziwe.
Abantu abanjalo bangapheleliswa masinyane.
Uma uthandaza ngokwengeziwe, uyothintwa, ukhanyiselwe futhi uqine emqondweni ngokwengeziwe.
Abantu abanjalo bangapheleliswa masinyane.

24 Disemba, 2017

Kufanele Ufuna Indlela Yokufanelana NoKrestu

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,Unyazi Lwasempumalanga,UNkulunkulu uSomandla

  Ngenze umsebenzi omningi phakathi kwabantu, namazwi engiwakhulume ngalesi sikhathi maningi. La mazwi angenxa yensindiso yomuntu, kanti akhulunywa ukuze umuntu afanelane Nami. 

28 Novemba, 2017

Mayelana Nenqubo Yokuthandaza

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,UNkulunkulu uSomandla,Unyazi Lwasempumalanga  Aninaso isikhathi sokuthandaza empilweni yenu yansuku zonke. Abantu bahlezi bengawunaki umthandazo. Emithandazweni yabo ngaphambilini babeveza imizwa yabo nje bezidlalela, futhi akekho owake wanikela ngokupheleleyo ngenhliziyo yakhe phambi kukaNkulunkulu futhi wathandaza ngeqiniso kuNkulunkulu. Abantu bathandaza kuNkulunkulu uma kwenzeke okuthile kuphela kubona.