Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula IBandla LikaNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula IBandla LikaNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe

09 Agasti, 2018

1. Yini ibandla likaNkulunkulu? Yini inhlangano yezenkolo?

IBandla likaNkulunkulu uSomandla,Iqiniso, insindiso

Izikhombo Zamavesi Ebhayibheli:
“Futhi uJesu wangena ethempelini likaNkulunkulu, futhi waxosha bonke ababethengisa nababethenga ethempelini, futhi wagumbuqela amatafula abashintshelana imali, nezihlalo zalabo ababethengisa amajuba, Futhi wathi kubo: Kulotshiwe ukuthi, Indlu yami iyobizwa ngokuthi yindlu yomthandazo; kodwa seniyenze yaba umhume wabaphangi” (UMathewu 21:12-13).

11 Meyi, 2018

22. Amazwi kaNkulunkulu Angiphaphamisile

UMiao Xiao edolobheni laseJinan, esiFundazweni saseShandong
        Ngaphambilini, ngangihlezi ngicabanga ukuthi uma uNkulunkulu wayethi “unopopi futhi uyimbuka elibalekela isihlalo sobukhosi esikhulu esimhlophe” wayeqondise kulabo abasamukelayo lesi sigaba somsebenzi kodwa bagcine behlehla ngenxa yokuthi bengazimisele ukubhekana nokuhlupheka kokusola Kwakhe nokwahlulela. Ngakho-ke, noma nini lapho ngibona abafowethu nodadewethu bephuma kule ndlela ngenxa yanoma yisiphi isizathu, inhliziyo yami beyigcwala ukunengeka ngabo: Nanso enye incelebane nomkhohlisi ozothola isijeziso sikaNkulunkulu.

26 Mashi, 2018

Ukubona Ukubonakala KukaNkulunkulu Ekwahluleleni Nasekusoleni Kwakhe

       Njengamakhulu ezigidi zabanye abalandeli beNkosi uJesu Kristu, siyayemukela imithetho nemiyalo yeBhayibheli, sijabulela inala yomusa weNkosi uJesu Kristu, bese sihlangana ndawonye, sithandaze, sidumise, futhi sikhonze egameni leNkosi uJesu Kristu—konke lokhu sikwenza ngaphansi kokunakekela nesivikelo seNkosi. 

12 Novemba, 2017

Ukwenza Iqiniso Kuphela Okuwukuba Ngokoqobo

    “Ukukwazi ukuwachaza kahle amazwi kaNkulunkulu akusho ukuthi usesimweni esingokoqobo—izinto azilula njengoba ubungase ucabange. Ukuthi usesimweni esingokoqobo noma cha akuncikile kulokho okushoyo, kunalokho, kuncike kulokho okuphilayo.