Njengamakhulu ezigidi zabanye abalandeli beNkosi uJesu Kristu, siyayemukela imithetho nemiyalo yeBhayibheli, sijabulela inala yomusa weNkosi uJesu Kristu, bese sihlangana ndawonye, sithandaze, sidumise, futhi sikhonze egameni leNkosi uJesu Kristu—konke lokhu sikwenza ngaphansi kokunakekela nesivikelo seNkosi.
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Unyazi Lwasempumalangaizwi likaNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Unyazi Lwasempumalangaizwi likaNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe
21 Januwari, 2018
Izwi LamaShumi Amane
UNkulunkulu USomandla uthi:
“Abantu bagxila kukho konke engikwenzayo, okungathi sengizokwehlisa amazulu, futhi bahlala bedideka ngezenzo Zami, okungathi engikwenzayo abakuqondi. Kanjalo, bagqugquzelwa Yimi kukho konke abakwenzayo, besaba ukuthi bazolicasula Izulu bese belahlelwa “ezweni labafayo.”
Bhalisa ku:
Amazwana (Atom)
-
I UNkulunkulu unikeze inkazimulo Yakhe ku-Israyeli wabe eseyisusa lapho, waletha abakwa-Israyeli eMpumalanga, futhi waletha bo...
-
UNkulunkulu ubaphathise okuningi abantu futhi ukhulume ngezindlela ezingabaleki ngokungena kwabantu. Kodwa ngenxa yokuthi izinga laban...