Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula
ukukhanya
.
Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula
ukukhanya
.
Bonisa konke okuthunyelwe
04 Februwari, 2018
Ukuhunyushwa Kwezwi Lamashumi Amathathu Nesithupha
Kuyashiwo ukuthi
uNkulunkulu
uqalile manje ukusola umuntu, kodwa akekho okwazi ukukuqinisekisa lokhu, akekho onempendulo ecacile ukuthi ngabe inhloso yokuqala yokusolwa kwaKhe seyimehlele yini umuntu.
Funda kabanzi »
02 Februwari, 2018
Ukuhunyushwa Kwezwi Lamashumi Amabili
UNkulunkulu
wadala sonke isintu, futhi usesihole sonke isintu kwaze kwaba namuhla. Kanjalo, uNkulunkulu wazi konke okwenzeka phakathi kwabantu: wazi ububi emhlabeni wabantu, uqonda ubumnandi emhlabeni wabantu, ngakho-ke usuku ngosuku uchaza izimo zempilo yaso sonke isintu, aphinde, phezu kwalokho, abhekane nobuthakathaka nokonakala kwaso sonke isintu. Akuyiso isifiso sikaNkulunkulu ukuthi sonke isintu siphonswe emgodini ongenamkhawulo, noma kusindiswe sonke isintu.
Funda kabanzi »
11 Januwari, 2018
Ukuhunyushwa Kwezwi Lesishiyagalolunye
Emicabangweni yabantu,
uNkulunkulu
unguNkulunkulu, umuntu ungumuntu. UNkulunkulu akakhulumi ulimi lwabantu, nomuntu akakhulumi ulimi lukaNkulunkulu, futhi kuNkulunkulu izinto ezilindelwe ngumuntu Kuye zilula kakhulu, kanti okufunwa nguNkulunkulu akunakwenzeka futhi akucabangeki kumuntu.
Funda kabanzi »
03 Januwari, 2018
3.Umsuka Nentuthuko YeBandla LikaNkulunkulu USomandla
ENkathini Yomusa, iNkosi
uJesu
yathembisa abalandeli Bayo, “
Ngiyonilungisela indawo. Futhi uma ngihamba ngiyonilungisela indawo, ngizophinde ngibuye, futhi nginamukele kimi; ukuze lapho ngikhona, nibe khona nani
.” (Johane 14:3) Waphinda waprofetha, “
Njengombani ovela empumalanga okhanya ngisho nasentshonalanga, kuzoba njalo nokuza kweNdodana yomuntu
” (Mathewu 24:27).
Funda kabanzi »
18 Disemba, 2017
Ukuhunyushwa Kwezwi Lamashumi Amathathu Nanye
Isimo sikaNkulunkulu sikhona kuwo wonke amazwi kaNkulunkulu, kodwa okubaluleke kakhulu emazwini Akhe ukwambula ubumbuka bawo wonke umuntu bese ebeka obala izinto ezifana nokungalaleli kwabo, ukungazithobi, ukwenza okungemukelekile, ukungabi mnene, kanye nokungakwazi ukumthanda
uNkulunkulu
ngeqiniso.
Funda kabanzi »
23 Novemba, 2017
Izwi Leshumi Nesishiyagalolunye
Kungumsebenzi wabantu ukuthi bathathe amazwi Ami njengesisekelo sokuphila kwabo. Umuntu kumele akhele ingxenye yakhe kuzo zonke izingxenye zamazwi Ami; ukungakwenzi lokhu kuzoba ukuzibizela izinkinga, ukuzifunela ukubhujiswa.
Funda kabanzi »
Amaposi amadala
Ekhaya
Bhalisa ku:
Okuthunyelwe (Atom)
UNkulunkulu Ulethe Inkazimulo Yakhe EMpumalanga
I UNkulunkulu unikeze inkazimulo Yakhe ku-Israyeli wabe eseyisusa lapho, waletha abakwa-Israyeli eMpumalanga, futhi waletha bo...
Isahluko 60
Akuyona into elula ukuthi impilo ikhule; kudinga inqubo, futhi ngaphezu kwalokho, ukuba nikwazi ukukhokha inani futhi nibambisane Nami ngo...