Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukuhlakanipha. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukuhlakanipha. Bonisa konke okuthunyelwe

09 Februwari, 2018

1.UNkulunkulu USomandla Usenginike Ithuba Lesibili Empilweni

Abafo kanye nodade ababili abejwayelekile, eBeijing
Ncwaba 15, 2012
  NgoNtulikazi 21, 2012 kwakuwusuku engingasoze ngalukhohlwa, nokuthi kwaba wusuku olubaluleke kakhulu empilweni yami.

28 Januwari, 2018

Inkinga Enkulu: Ukukhaphela (2)

 Imvelo yomuntu yehluke ngokuphelele ebuntwini Bami; lokhu kungenxa yokuthi imvelo yomuntu eyonakele ivela kuSathane ngokuphelele nemvelo yomuntu yenziwe futhi yonakaliswa uSathane. Okuwukuthi, umuntu uphila ngaphansi kwethonya elibi kanye nobubi bayo. 

27 Januwari, 2018

Isiphetho Somuntu

  Noma nini lapho kukhulunywa khona ngesiphetho, lokho nikubheka njengento ebaluleke kakhulu; nonke nisheshe nizwele uma kukhulunywa ngale ndaba. Abanye basheshe bacabange ngoNkulunkulu ngenxa yokuthi bafuna ukuba nesiphetho esihle. Ngingabona ngesifiso senu, esingadingi ukuba sichazwe ngamazwi.

26 Januwari, 2018

Izwi Lamashumi Amane Nambili

 “Masinya lapho kuqala umsebenzi omusha, bonke abantu bangena kabusha, baqhubeka kanye Nami sibambene ngezandla, sihamba emgwaqweni obanzi wasembusweni sindawonye, kukhona futhi ukusondelana phakathi komuntu Nami. 

24 Januwari, 2018

Ukuhunyushwa Kwezwi Leshumi Nanhlanu

 Umehluko omkhulu phakathi kukaNkulunkulu nomuntu ukuthi amazwi kaNkulunkulu njalo ashaya emhloleni, futhi akukho okufihlakele. Ngakho le ngxenye yesimo sikaNkulunkulu ingabonakala emazwini okuqala anamuhla. 

23 Januwari, 2018

Izwi Lamashumi Amane Nanye

 “Ngike ngenza umsebenzi omkhulu phakathi kwabantu, kodwa abazange babone, ngakho kwadingeka ngisebenzise izwi laMi ukuze ngiwembule kubo. Nokho, umuntu usalokhu engawaqondi amazwi aMi, futhi uhlala engazi lutho ngenhloso yecebo laMi. 

21 Januwari, 2018

Izwi LamaShumi Amane

 “Abantu bagxila kukho konke engikwenzayo, okungathi sengizokwehlisa amazulu, futhi bahlala bedideka ngezenzo Zami, okungathi engikwenzayo abakuqondi. Kanjalo, bagqugquzelwa Yimi kukho konke abakwenzayo, besaba ukuthi bazolicasula Izulu bese belahlelwa “ezweni labafayo.” 

18 Januwari, 2018

Ukuhunyushwa Kwezwi Leshumi Nambili

 UNkulunkulu uyizonda yonke inzalo kadrako omkhulu obomvu, futhi umzonda nakakhulu udrako omkhulu obomvu. Yilena impande yolaka olusenhliziyweni kaNkulunkulu. Kubonakala sengathi uNkulunkulu ufuna ukuphonsa zonke izinto zikadrako omkhulu obomvu echibini lomlilo nesibabule ukuze azishise ziphele nya. 

13 Januwari, 2018

Uthando Lwangempela lukaNkulunkulu Luyazenzakalela

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,UNkulunkulu uSomandla,Unyazi Lwasempumalanga
 Bonke abantu bake balungiswa ngenxa yamazwi kaNkulunkulu. Uma kwakungazange kwenzeke ukuba uNkulunkulu abe sesimweni somuntu ngokuqinisekile isintu ngabe asibusiswanga ukuba sihlupheke ngaleyo ndlela. 

11 Januwari, 2018

Isinamathiselo 1: Izwi Lokuqala

 Engicela ukuba nikwenze akuyona nje into engephatheke nengacacile engenalutho engikhuluma ngayo, akuyona futhi into engecatshangwe wubuchopho bomuntu noma into engenakufezwa yinyama yomuntu. 

Ukuhunyushwa Kwezwi Lesishiyagalolunye

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,UNkulunkulu uSomandla,Unyazi Lwasempumalanga
 Emicabangweni yabantu, uNkulunkulu unguNkulunkulu, umuntu ungumuntu. UNkulunkulu akakhulumi ulimi lwabantu, nomuntu akakhulumi ulimi lukaNkulunkulu, futhi kuNkulunkulu izinto ezilindelwe ngumuntu Kuye zilula kakhulu, kanti okufunwa nguNkulunkulu akunakwenzeka futhi akucabangeki kumuntu. 

05 Januwari, 2018

Labo Abathanda UNkulunkulu Bayophila Phakathi Kokukhanya Kwakhe Ingunaphakade

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,UNkulunkulu uSomandla,Unyazi Lwasempumalanga
    Ingqikithi yokukholelwa kwabantu abaningi kuNkulunkulu iwukuqiniseka ngenkolo: Abanawo amandla okuthanda uNkulunkulu, bakwazi kuphela ukumlandela njengerobhothi, abakwazi ukulangazelela uNkulunkulu ngeqiniso noma ukumdumisa. 

21 Disemba, 2017

Izwi Lamashumi Amathathu Nambili

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,UNkulunkulu uSomandla,Unyazi Lwasempumalanga
 Uma abantu behlangana naMi, inhliziyo yaMi igcwala injabulo. Masinyane, Ngehlisela izibusiso ezisesandleni saMi kubantu, ukuze abantu baqale ukuba naMi, bangabi yizitha ezingangilaleli kodwa bakwazi ukusebenzisana naMi. 

Ukuhunyushwa Kwezwi Lamashumi Amathathu Nambili

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,UNkulunkulu uSomandla,Unyazi Lwasempumalanga
 Amazwi kaNkulunkulu ashiya abantu bezenwaya amakhanda; kungathi, ngenkathi ekhuluma, uNkulunkulu akamnaki umuntu ukhuluma emoyeni, kungathi akanamcabango nhlobo ekuthini anake izenzo zomuntu, akanaki ngokuphelele ukwakheka komuntu, kungathi amazwi awakhulumayo awabhekisiwe ekuqondeni kwabantu, kodwa akamnaki umuntu, njengoba kwakuyinhloso yokuqala kaNkulunkulu. 

20 Disemba, 2017

Izwi Lesibili

UNkulunkulu USomandla uthi:“Ukulandela ukwenza ngendlela entsha, kuzoba nezinyathelo ezintsha emsebenzini waMi Njengoba kunjalo embusweni, ngizokwenza izinto ngobunkulunkulu ngokuqondile, ngihole isinyathelo ngasinye endleleni, ngibheke kahle yonke imininingwane, kungekho konakala ngezinhloso zabantu.

18 Disemba, 2017

Ukubonakala KukaNkulunkulu Kulethe Inkathi Entsha

 IBandla LikaNkulunkulu USomandla,UNkulunkulu uSomandla,Unyazi Lwasempumalanga
  Uhlelo lokuphatha lukaNkulunkulu lweminyaka eyizinkulungwane eziyisithupha selufika emaphethelweni, futhi isango lombuso weZulu selivulelwe bonke abafuna ukubonakala kukaNkulunkulu. Bafowethu nodadewethu abathandekayo, nilindeni? Yini eniyifunayo? 

Yilabo Abazi Umsebenzi KaNkulunkulu Namuhla Kuphela Abangasebenzela UNkulunkulu

UNkulunkulu uSomandla,IBandla LikaNkulunkulu USomandla,Unyazi Lwasempumalanga
   Ukuze unikeze ubufakazi ngoNkulunkulu futhi ukudabukise udrako obomvu omkhulukazi kumele ube nesimiso, kanye nomgomo: Enhliziyweni yakho kumele uthande uNkulunkulu, futhi ungene emazwini kaNkulunkulu. 

01 Disemba, 2017

Ukuthulisa Inhliziyo Yakho Phambi KukaNkulunkulu

UNkulunkulu USomandla uthi:“Ukuthulisa inhliziyo yakho phambi kukaNkulunkulu kungesinye sezinyathelo esibalulekile kakhulu zokungena emazwini kaNkulunkulu, futhi kuyisifundo lapho abantu bonke benesidingo esiphuthumayo sokungena kuso manje. Izindlela zokungena ekuthuliseni inhliziyo yakho phambi kukaNkulunkulu yilezi: